Dlamini
Sibalukhulu,
Mdlovu,
Magaduzela
,Magaga kaNsele,
Wena washisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa
eyobayoba,
Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona
yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Mdzineka,
Magaduzela,
Sihlangu sinye, wena waka Fodzo KaNombewu kaMakata,
Miskofin,
Sobhuza,
Buhlal’obudze.
Note: The Dlamini clan is a Southern African ethnic group found in Zimbabwe, South Africa, and eSwatini. They speak isiNdebele, isiZulu, and isiSwati.
Add your first comment to this post